Umbhalo Waphansi
a Isigaba 3: Kwesinye isenzakalo esenzeka kamuva, lapho uJesu esuthisa ngokuyisimangaliso amadoda ayizinkulungwane ezine, ngaphandle kwabesifazane nezingane, waphinde wakunika ‘abafundi ukudla, abafundi bona bakwabela izixuku.’—Math. 15:32-38.