Umbhalo Waphansi
d Isigaba 12: Nakuba kunabanye abathola izipho zomoya ngokuyisimangaliso ngaphandle kwabaphostoli, kubonakala sengathi ezimweni eziningi kwakuba umphostoli odlulisela lezo zipho kwabanye noma zinikezwe uma kukhona umphostoli.—IzE. 8:14-18; 10:44, 45.