Umbhalo Waphansi
a Abanye baye bathi kungenzeka uNkulunkulu wagcina izilwane zisesimweni sokungenzi lutho, njengasenkathini yasebusika, ngaleyo ndlela wanciphisa isidingo sazo sokudla. Kungakhathaliseki ukuthi wakwenza lokho noma cha, ngokuqinisekile wasigcina isithembiso sakhe, waqikelela ukuthi baphephile bonke ababesemkhunjini.