Umbhalo Waphansi
b UNisani 15 waqala lapho kushona ilanga, okusho ukuthi ngalowo nyaka, iSabatha (uMgqibelo) lamasonto onke elivamile laqondana nosuku lokuqala koMkhosi Wamaqebelengwane Angenamvubelo, olwaluhlale luyisabatha. Ngenxa yokuthi la maSabatha aqondana, kwaba iSabatha “elikhulu.”—Funda uJohane 19:31, 42.