Umbhalo Waphansi
a Kulesi sihloko, ukubhema kusho ukubhema ngokuqondile ugwayi, isigazu, inqawe noma ngepayipi. Noma kunjalo, izimiso okukhulunywa ngazo zisebenza ngokufanayo ekusebenziseni ugwayi ohlafunwayo, isinefu, umshini one-nicotine osebenza njengosikilidi (electronic cigarettes) kanye neminye imikhiqizo.