Umbhalo Waphansi
a Kwase kuhlwile kakade. Ukulandisa akubonisi ukuthi uRebheka wahlala amahora amaningi emthonjeni. Akusikiseli ukuthi umndeni wakubo wawulele ngesikhathi ebuya noma ukuthi kukhona oweza emthonjeni ezothola ukuthi kungani ethathe isikhathi eside.