Umbhalo Waphansi
a UTacitus owazalwa cishe ngo-55 C.E., waloba ukuthi “uKristu,” okususelwa kuye igama elithi amaKristu, wakhuthazelela isigwebo esibuhlungu phakathi nokubusa kukaTiberiyu eshushiswa omunye wezikhulu zethu uPontiyu Pilatu.” Abanye abantu abakhuluma ngoJesu, uSuetonius (ngekhulu lokuqala); isazi-mlando esingumJuda uJosephus (ngekhulu lokuqala) noPliny the Younger umbusi waseBhithiniya (ekuqaleni kwekhulu lesibili).