Umbhalo Waphansi
a Abaningi bathole ukuthi i-Nguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele inembile, inokwethenjelwa futhi ifundeka kalula. Leli Bhayibheli, elikhiqizwa oFakazi BakaJehova, litholakala ngezilimi ezingaphezu kuka-130. Ungalidawuniloda engosini ethi jw.org/zu noma udawunilode i-JW Library app. Noma uma uthanda, oFakazi BakaJehova bangakulethela ikhophi yalo lapho uhlala khona.