Umbhalo Waphansi
a Kusobala ukuthi uJehova wayehlose ukuba abaphostoli abayishumi nambili bakhe “amatshe esisekelo ayishumi nambili” eJerusalema Elisha. (IsAm. 21:14) Ngakho, sasingekho isidingo sokukhetha abanye abaphostoli ababezongena esikhundleni salabo abathembekile ababekhona lapho beqeda inkambo yabo yokuphila kwasemhlabeni.