Umbhalo Waphansi
a Kulesi sihloko, sisebenzise igama elithi “ababaleki” lapho sibhekisela kulabo abaphoqeleka ukuba babaleke lapho abahlala khona—baye kwelinye izwe noma baye kwenye indawo esezweni labo—ngenxa yempi, ushushiso noma ngenxa yenhlekelele. Ngokwe-UNHCR (United Nations High Commissioner for Refugees), namuhla “oyedwa kubantu abangu-113” emhlabeni wonke uye “waphoqeleka ukuba abaleke lapho ahlala khona.”