Umbhalo Waphansi
a I-lap dancing ichazwa ngokuthi “isenzo lapho umdansi ogqoke kuphela into yangaphansi ehlala futhi ezihlikihla ethangeni lekhasimende.” Kuye ngokuthi lokhu kwenzeke kanjani, lesi senzo singabhekwa njengokuziphatha kabi ngokocansi okungase kudinge ukuba kumiswe ikomiti yokwahlulela. UmKristu oye wahileleka kulokhu kufanele acele usizo kubadala.—Jak. 5:14, 15.