Umbhalo Waphansi
b INCAZELO YEZITHOMBE: Ngesikhathi kuhlanzwa iHholo LoMbuso, omunye umzalwane, uJoe, uyayeka ukusebenza, uxoxa nomunye umzalwane nendodana yakhe. Lokhu kuyamcasula uMike, njengoba eqhubeka esebenza. Uyacabanga, ‘UJoe kufanele ngabe uyasebenza, hhayi lento ayenzayo.’ Kamuva, uMike ubona indlela uJoe anomusa ngayo lapho esiza udade osekhulile. Lokhu kusiza uMike agxile ezintweni ezinhle ezenziwa umfowabo.