Umbhalo Waphansi
a Umuntu othobekile unesihe nozwela. Ngakho, singasho kufanele ukuthi uJehova uthobekile. Njengoba sizobona kulesi sihloko, isibonelo sikaJehova singasifundisa ukuthobeka. Sizohlola nokuthi yini esingayifunda ngokuthobeka enkosini uSawule, kumprofethi uDaniyeli nakuJesu.