Umbhalo Waphansi
a Ukuqhekeka okuncane esitsheni sobumba kungasenza sibe buthaka, ngendlela efanayo nomoya wokuncintisana ungalenza libe buthaka ibandla. Uma ibandla lingaqinile futhi lingenabo ubunye, ngeke libe indawo enokuthula yokukhonza uNkulunkulu. Kulesi sihloko sizoxoxa ngokuthi singakugwema kanjani ukuba nomoya wokuncintisana nokuthi singakukhuthaza kanjani ukuthula ebandleni.