Umbhalo Waphansi
a UJehova unguMthombo wobuhle. Unika bonke abantu izinto ezinhle—ngisho nabantu ababi. Kodwa ngokukhethekile uthanda ukwenzela izikhonzi zakhe ezithembekile izinto ezinhle. Kulesi sihloko, sizohlola ukuthi uJehova ububonisa kanjani ubuhle bakhe ezincekwini zakhe. Sizohlola nokuthi labo abandisa inkonzo yabo bangase babubone kanjani ubuhle bukaJehova ngendlela ekhethekile.