Umbhalo Waphansi
a Le ngxoxo izothuthukisa indlela esiqonda ngayo uHagayi 2:7. Kulesi sihloko sizofunda ngendlela esingahlanganyela ngayo emsebenzini ojabulisayo ozamazamisa zonke izizwe. Sizofunda nokuthi abanye basabela kahle kulo msebenzi kanti abanye abasabeli kahle.