Umbhalo Waphansi
a Kulesi sihloko, sizoxoxa ngesibonelo esabekwa uJesu sokukhonza ngendlela emsulwa, sihlole nokuthi abafundi bakhe bokuqala basilandela kanjani. Sizobona nobufakazi bokuthi oFakazi BakaJehova namuhla balandela leso sibonelo sokukhonza ngendlela emsulwa.