Umbhalo Waphansi
a UJakobe noJesu bakhulela emndenini owodwa. UJakobe wayeyazi kangcono iNdodana kaNkulunkulu kunabantu abaningi ngaleso sikhathi. Kulesi sihloko, sizohlola ukuthi singafundani ekuphileni nasezimfundisweni zikamfowabo kaJesu omncane owaba insika yebandla lobuKristu langekhulu lokuqala.