Umbhalo Waphansi
a IBhayibheli liyala amaKristu ukuba alalele amagunya aphakeme​—ohulumeni baleli zwe. Kodwa abanye ohulumeni bamphikisa ingcaca uJehova nezinceku zakhe. Singabalalela kanjani ababusi abangabantu ngesikhathi esifanayo sigcine ubuqotho bethu kuJehova?