Umbhalo Waphansi
a Basha, uJehova uyazi ukuthi nibhekana nezinselele ezingenza kube nzima ukuba niqhubeke ningabangani bakhe. Ningazenza kanjani izinqumo ezihlakaniphile ezizojabulisa uBaba wenu osezulwini? Sizoxoxa ngezibonelo zabafana abathathu ababa amakhosi akwaJuda. Zama ukubona ukuthi yini ongayifunda ezinqumweni abazenza.