Umbhalo Waphansi
b Ngemva kokubhujiswa kweBhabhiloni Elikhulu, zonke izinceku zikaJehova ziyovivinywa phakathi nokuhlasela kukaGogi wakwaMagogi. Noma ubani oyoba sohlangothini lwabantu bakaNkulunkulu ngemva kokubhujiswa kweBhabhiloni Elikhulu naye uyovivinywa.