Umbhalo Waphansi
c INCAZELO YEZITHOMBE: Izimo ezintathu ezibonisa ukuthi kungani singase singakwazi ukufinyelela wonke umuntu ngomsebenzi wethu wokushumayela emhlabeni wonke: (1) Owesifazane ohlala endaweni lapho inkolo ebusayo ikwenza kungaphephi ukushumayela, (2) indoda nomkayo abahlala lapho umbuso wezepolitiki wenza kungabi semthethweni futhi kube ingozi ukushumayela, (3) indoda ehlala endaweni eqhele kakhulu nokungelula ukuyifinyelela.