Umbhalo Waphansi
d INkosi u-Asa yenza izono ezinkulu kakhulu. (2 IziKr. 16:7, 10) Noma kunjalo, iBhayibheli likhuluma kahle ngayo. Nakuba yaqale yasenqaba isiyalo, kungenzeka kamuva yaphenduka. Izimfanelo zayo ezinhle zaziziningi kunamaphutha ayo. Ngokuphawulekayo, u-Asa wakhonza uJehova kuphela futhi wazama ukuqeda ukukhonzwa kwezithixo embusweni wakhe.—1 AmaKh. 15:11-13; 2 IziKr. 14:2-5.