Umbhalo Waphansi
d Njengoba kwachazwa eMbikweni Wendikimba Ebusayo Ka-2024 #2, uma umuntu osusiwe ebandleni eza emhlanganweni webandla, ummemezeli angasebenzisa unembeza wakhe oqeqeshwe ngeBhayibheli ukuze anqume ukuthi angambingelela yini kafushane umuntu osusiwe futhi amamukele lapho eze emhlanganweni webandla.