AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 120-134
“Usizo Lwami Luvela KuJehova”
AmaHubo 120 kuya ku-134 aziwa ngokuthi iziNgoma Zokwenyuka. Abaningi bakholelwa ukuthi la mahubo ayehlatshelelwa ngabakhulekeli abangama-Israyeli abagcwele injabulo lapho benyukela eJerusalema, elaliphezulu ezintabeni zakwaJuda, beya emikhosini yaminyaka yonke.
Isivikelo sikaJehova sichazwa ngendlela engokomfanekiso ngokuthi . . .
umalusi ophapheme
umthunzi
isosha eliqotho