Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 4/11 k. 32
  • UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’
  • I-Phaphama!—2011
I-Phaphama!—2011
g 4/11 k. 32

UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’

● UJohane uMbhapathizi wathi uJesu ‘ususa isono sezwe.’ (Johane 1:29) Lokhu kwaqokomisa indima kaJesu yokusindisa isintu esilalelayo.

Kodwa, kungani uJesu kwakudingeka afe ukuze asindise izoni? Wazuzani ngokunikela ngokuphila kwakhe ngokuzithandela? Obani abazuza ngokufa kwakhe? Kungasho ukuthini ngawe?

Unyaka ngamunye, oFakazi BakaJehova bayahlangana ukuze bakhumbule ukufa kukaJesu ngosuku oluqondana nalolo afa ngalo. Kulo nyaka, lolu suku luzoba ngeSonto, ngo-April 17, ngemva kokushona kwelanga.

OFakazi BakaJehova bakumema ngokufudumele ukuba uzohlanganyela nabo ekuhloleni lokho okushiwo ukufa kukaJesu. Kuyocatshangelwa izimpendulo zeBhayibheli zale mibuzo engenhla.

Ungaya endaweni eseduze nalapho uhlala khona. Khuluma noFakazi BakaJehova endaweni yakini ukuze uthole isikhathi esiqondile nendawo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela