Amakhosi Ayisishiyagalombili Ayembulwa
Incwadi yeBhayibheli kaDaniyeli neyesAmbulo, azigcini ngokubalula amakhosi angu-8 noma imibuso yabantu, kodwa zibonisa nokuthi yayiyolandelana kanjani. Ukuqonda isiprofetho seBhayibheli sokuqala ngqa kungasisiza ukuba sithole incazelo yalezi ziprofetho.
Kuwo wonke umlando, uSathane uye wahlela inzalo yakhe yaba imibuso noma izinhlangano zezombusazwe ezihlukahlukene. (Luka 4:5, 6) Nokho, imbalwa kuphela imibuso yabantu eye yaba nethonya elikhulu kubantu bakaNkulunkulu, kungakhathaliseki ukuthi isizwe sakwa-Israyeli noma ibandla lamaKristu agcotshiwe. Imibono eyabonwa uDaniyeli noJohane ichaza imibuso emikhulu engu-8 kuphela.
[Ishadi/Izithombe emakhasini 12, 13]
(Ukuze ubone ukuthi indaba ihlelwe kanjani, bheka encwadini)
IZIPROFETHO IZIPROFETHO
ZIKADANIYELI ZESAMBULO
1. IGibhithe
2. I-Asiriya
3. IBhabhiloni
4. AmaMede
Nama-Pheresiya
5. IGrisi
6. IRoma
7. IBrithani
Ne-U.S.A.a
8. INhlangano Yezizwe
NeZizwe Ezihlangeneb
ABANTU BAKANKULUNKULU
2000 B.C.E.
U-Abrahama
1500
Isizwe Sakwa-Israyeli
1000
UDaniyeli 500
B.C.E./C.E.
UJohane
U-Israyeli KaNkulunkulu 500
1000
1500
2000 C.E.
[Umbhalo waphansi]
[Izithombe]
Isithombe esikhulu (Dan. 2:31-45)
Izilo ezine eziphuma olwandle (Dan. 7:3-8, 17, 25)
Impongo nenqama (Dan., isahl. 8)
Isilo sasendle esinamakhanda ayisikhombisa (IsAm. 13:1-10, 16-18)
Isilo esinezimpondo ezimbili sigqugquzela ukuba kwenziwe umfanekiso wesilo sasendle (IsAm. 13:11-15)
[Imithombo]
Photo credits: Egypt and Rome: Photograph taken by courtesy of the British Museum; Medo-Persia: Musée du du Louvre, Paris