Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w13 5/1 k. 16
  • Iqiniso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Iqiniso
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
w13 5/1 k. 16

Iqiniso

Ungalithola kuphi?

Lingakuzuziza kanjani wena nomndeni wakho?

Sikumema ngemfudumalo ukuba uzwe izimpendulo emhlanganweni wesigodi walo nyaka wezinsuku ezintathu ozoqhutshwa oFakazi BakaJehova.

ISIHLOKO:

‘IZwi LikaNkulunkulu Liyiqiniso!’

sisekelwe emazwini kaJesu akuJohane 17:17.

AMABAL’ ENGWE:

Inkulumo ethakazelisayo enesihloko esithi “Liyini Iqiniso?” izodingida ukuthi kungani singalethemba iZwi likaNkulunkulu, iBhayibheli.

Amadrama amabili azokwenza izindaba zeBhayibheli nalokho esikufunda kuzo kuphile.

IZIMENYWA:

Bonke abantu. Kungenwa mahhala futhi akuthathwa nkongozelo.

ISIKHATHI NENDAWO:

Ukuze uthole indawo yomhlangano eseduze nawe noma ukuze ubuke i-video yemihlangano yethu yesigodi, vakashela ingosi ethi www.pr2711.com/zu (Bheka ngaphansi kwesithi MAYELANA NATHI/IMIHLANGANO EMIKHULU)

Vakashela ingosi yethu ethi www.pr2711.com ukuze ubone isimiso somhlangano (Bheka ngaphansi kwesithi IZINCWADI/IZINCWADI NEZINCWAJANA)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela