Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w14 4/1 k. 3
  • Kungani Abantu Bethandaza?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Kungani Abantu Bethandaza?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Sondela KuNkulunkulu Ngomthandazo
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
  • Ukusondela KuNkulunkulu Ngomthandazo
    Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?
  • Umthandazo Uyilungelo Elikhethekile
    Lingasifundisani IBhayibheli?
  • Thandazelanani
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2014
w14 4/1 k. 3
Umfana uyathandaza

ISIHLOKO ESIYINHLOKO | INGABE KUFANELE UTHANDAZE?

Kungani Abantu Bethandaza?

Ingabe ujwayelene nokuthandaza? Abantu abaningi bayathandaza, ngisho nalabo abangakholelwa kuNkulunkulu. Kodwa kungani abantu bethandaza? Ngokwenhlolo-vo eyenziwa eFrance, ingxenye yezakhamuzi zakhona iyathandaza noma izindle ngezinye izikhathi “ukuze izizwe ingcono.” Njengabantu abaningi baseYurophu, lezi zakhamuzi azithandazi ngoba zikhonza uNkulunkulu. Kunalokho zisuke zifuna “induduzo elethwa ukuthandaza.” Ngakolunye uhlangothi, amanye amakholwa athandaza kuphela lapho edinga okuthile, elindele ukuba uNkulunkulu aphendule izicelo zawo ngokushesha.​—Isaya 26:16.

Kuthiwani ngawe? Ingabe ucabanga ukuthi umthandazo umane nje uyindlela yokukusiza unciphise ukukhathazeka? Uma ukholelwa kuNkulunkulu, ingabe uyayibona indlela umthandazo okusiza ngayo ekuphileni kwakho? Noma ingabe unomuzwa wokuthi imithandazo yakho ayiphendulwa? IBhayibheli lingakusiza ukuba ungabheki umthandazo njengendlela yokukwenza uzizwe ungcono, kodwa njengendlela eyigugu yokukusiza usondele kuNkulunkulu.

Abantu bayathandaza: Umdlali webhola uyathandaza ngemva kokufaka igoli, indoda ikanye nenkosikazi yayo esibhedlela, amasosha empini
    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela