Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Numeri 26:55
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 55 Nokho izwe kufanele lihlukaniswe ngenkatho. + Kufanele bathole ifa labo ngokwamagama ezizwe zoyise.

  • Numeri 33:54
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 54 Kumele nihlukanise izwe ngenkatho + njengefa phakathi kwemindeni yenu. Eqenjini elikhulu kufanele nandise ifa lalo, eqenjini elincane kufanele ninciphise ifa lalo. + Ifa lawo wonke umuntu liyoba yindawo ayithole ngenkatho. Niyothola indawo eyifa lenu ngokwezizwe zoyihlo. +

  • Joshuwa 14:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Ifa lawo labiwa ngenkatho, + njengoba nje uJehova ayeyalile ngoMose ngokuphathelene nezizwe ezingu-9 nohhafu. +

  • Joshuwa 18:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Kepha nina, sikani izwe libe yizabelo eziyisikhombisa nizibhale phansi, bese niziletha lapha kimi, mina ngizonenzela inkatho + lapha phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu.

  • IzAga 16:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 Inkatho yenzelwa ethangeni, +

      Kodwa zonke izinqumo ezenziwa ngayo zivela kuJehova. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela