-
Joshuwa 20:4, 5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 Kumele abalekele kwelinye lala madolobha, + afike ame esangweni ledolobha + bese ebika udaba lwakhe emadodeni amadala akulelo dolobha. Amadoda amadala kumele amamukele edolobheni, amnike indawo ahlale nawo. 5 Uma ophindiselela umufi emjaha, lowo mbulali akufanele anikelwe esandleni sakhe, ngoba ubulale umuntu wakubo engahlosile,* futhi ubekade engamzondi. +
-