Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g00 11/22 k. 32
  • “Sasidalelwe Ukuphila Phakade”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Sasidalelwe Ukuphila Phakade”
  • I-Phaphama!—2000
I-Phaphama!—2000
g00 11/22 k. 32

“Sasidalelwe Ukuphila Phakade”

Yaphetha kanjalo indoda ethile yaseKasama, eZambia, ngencwadi ethi Is There a Creator Who Cares About You? Ikhuluma ngoMdali wethu, yabhala:

“Lapho ngiqeda le ncwadi ngase ngimqonda kabusha ngokuphelele uJehova. Ngazizwa ngisondela kakhulu kuye ngemva kokufunda ukuthi imizimba yethu yakhiwe ngokuyinkimbinkimbi kanjani. Akungabazeki ukuthi sasidalelwe ukuphila phakade.”

Ubufakazi obunjalo bucatshangelwa esahlukweni 4, esinesihloko esithi “Yeka Indlela Oyingqayizivele Ngayo!” esingakhulumi nje ngokwakheka kobuchopho kuphela kodwa nolimi, ukuhlakanipha nokuphila komuntu.

Sikumema ukuba uhlole ubufakazi besayensi futhi ubone ukuthi awuvumelani yini nesiphetho esifinyelelwa kule ncwadi: “Lapho sifunda ngokusebenza kobuchopho bethu nengqondo, kulapho kuba lula khona ukubona ukuthi kungani izigidi zabantu ziye zaphetha ngokuthi ukuphila komuntu kuwubufakazi bokuthi kunoMdali osikhathalelayo.”

Ungacela ikhophi yale ncwadi enamakhasi angu-192 ngokugcwalisa lesi sigqebhezana bese usithumela ekhelini elinikeziwe noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.

□ Ngicela ningithumelele ikhophi yencwadi ethi Is There a Creator Who Cares About You? (Ayitholakali ngezilimi zaboMdabu.)

Bonisa ulimi

□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.

[Umthombo Wesithombe ekhasini 32]

J. Hester and P. Scowen (AZ State Univ.), NASA

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela