Ingabe Ubungathanda Ukuvakashelwa?
Ngisho nakulelizwe elinezinkathazo, ungathola injabulo olwazini oluqondile lweBhayibheli ngoNkulunkulu, uMbuso wakhe, nangenjongo yakhe emangalisayo ngesintu. Uma uthanda ukuthola ukwaziswa okwengeziwe noma uthanda ukuba kube khona okuhambelayo akuqhubele isifundo seBhayibheli samahhala, siza ubhalele i-Watch Tower, Private Bag 2067, Krugersdorp, 1740, noma ekhelini elifanele kwahlelwe ekhasini 2.