Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2009
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
February 1-7, 2010
Yenza Intuthuko Yakho Ibonakale
IKHASI 11
February 8-14, 2010
Ukulondoloza Injabulo Ezikhathini Ezinzima
IKHASI 15
February 15-21, 2010
UMesiya—Indlela KaNkulunkulu Yokusisindisa!
IKHASI 20
IZINGOMA: 105, 205
February 22-28, 2010
Hlakulela Uthando Olungasoze Lwaphela
IKHASI 24
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
Izihloko Ezifundwayo 1, 2 AMAKHASI 11-19
Wonke amaKristu—abesilisa, abesifazane nezingane—angenza intuthuko yawo engokomoya ibonakale. Lezi zihloko zixoxa ngokuthi singakwenza kanjani lokhu. Zizoxoxa nangokuthi singajabula kanjani ezikhathini zobunzima.
Isihloko Esifundwayo 3 AMAKHASI 20-24
IBhayibheli linikeza ubufakazi bokuthi uJesu unguMesiya othenjisiwe. UJehova wathumela iNdodana yakhe emhlabeni ukuze izohlanza igama lakhe esihlambeni, ilwele ubukhosi bakhe futhi ihlenge isintu esilalelayo esonweni nasekufeni. Kufanele siwaqokomise la maqiniso enkonzweni yethu.
Isihloko Esifundwayo 4 AMAKHASI 24-28
Singaluhlakulela kanjani uthando ngoJehova noJesu? Uthando lungazikhuthazelela kanjani zonke izinto? Singasho ngamuphi umqondo ukuthi uthando alusoze lwaphela nanini? Lesi sihloko esixoxa ngesihloko sonyaka ka-2010 sizoyiphendula le mibuzo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI:
IKHASI 3
IKHASI 4
Ukuba Matasa Nokujabula Enkonzweni KaNkulunkulu
IKHASI 8
ISiqhingi Esikhulu Esibomvu Sithola IBhayibheli
IKHASI 29
Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda Ka-2009
IKHASI 32