Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2011
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO ZALA MASONTO:
April 4-10, 2011
Umoya Ongcwele—Wasebenza Ekudaleni!
IKHASI 6
April 11-17, 2011
Ukwamukelwa UNkulunkulu Kuholela Ekuphileni Okuphakade
IKHASI 13
April 18-24, 2011
Thanda Ukulunga Ngayo Yonke Inhliziyo Yakho
IKHASI 24
April 25, 2011–May 1, 2011
Ingabe Uyakuzonda Ukweqa Umthetho?
IKHASI 28
Injongo Yezihloko Ezifundwayo
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 1 AMAKHASI 6-10
Amaphuzu akulesi sihloko azojulisa ukuqonda kwethu indlela uNkulunkulu asebenzisa ngayo umoya wakhe ongcwele ekudaleni amazulu nomhlaba. Lesi sihloko sizoqinisa nokuqiniseka kwethu ngokuthi uJehova unguMdali wethu ohlakaniphile nonamandla.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 2 AMAKHASI 13-17
Ngokuvamile abantu bakhathazeka kakhulu ngokulondeka ngokwezinto ezibonakalayo. Kodwa iBhayibheli libonisa ukuthi kufanele sikhathazeke kakhulu ngokwamukelwa uNkulunkulu. Lesi sihloko sigcizelela isidingo sokwakha ukwethembela kwethu kuJehova futhi sibonisa nezinyathelo esingazithatha ukuze siqiniseke ukuthi uyasamukela.
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO 3, 4 AMAKHASI 24-32
‘UJesu wathanda ukulunga, wazonda ukweqa umthetho.’ (Heb. 1:9) Lezi zihloko zibonisa indlela esingamlingisa ngayo. Zibonisa ukuthi kungani kubalulekile ukuba sifunde ukuthanda ukulunga futhi sihlakulele ukuzonda ukweqa umthetho.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 Fundisa Izingane Zakho Inhlonipho
18 Ingabe Uzazisa Ngempela Izibusiso Ozitholayo?
21 “Ukulalela Kungcono Kunomhlatshelo”