Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w11 3/1 k. 32
  • UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2011
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2011
w11 3/1 k. 32

UJesu ‘Ususa Isono Sezwe’

UJohane uMbhapathizi wathi uJesu ‘ususa isono sezwe.’ (Johane 1:29) Wayekhuluma ngendima kaJesu Kristu yokusindisa abantu abalalelayo.

Nokho, kungani kwadingeka ukuba uJesu afe ukuze asindise izoni?

Wafezani ngokunikela ngokuphila kwakhe ngokuzithandela?

Obani abazuzayo ekufeni kwakhe?

Kungasho ukuthini ngawe?

Minyaka yonke, oFakazi BakaJehova bayahlangana ukuze bakhumbule ukufa kukaJesu ngosuku afa ngalo. Kulo nyaka, lolo suku lungo-April 17, ngeSonto, ngemva kokushona kwelanga.

OFakazi BakaJehova bakumema ngemfudumalo ukuba ube nabo njengoba bezobe befunda ngokubaluleka kokufa kukaJesu. Kuzophendulwa imibuzo engenhla kusetshenziswa iBhayibheli.

Ungeza endaweni abazohlangana kuyo eseduze nalapho uhlala khona. Sicela uthole ukwaziswa koFakazi BakaJehova bangakini mayelana nendawo nesikhathi.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela