Izifundo Zami ZeBhayibheli
ABANEMINYAKA EMITHATHU NANGAPHANSI
UKhwezi uzwa ukuthi umngane wakhe uyagula.
Ngakho, uthi: “Ngiyazi ukuthi ngizokwenzani.
Ngizombhalela incwadi ukuze ngimenze azizwe engcono, futhi ngizobe sengimhambisela yona!”
Bonisa umusa, futhi nobabili nizojabula! 1 Petru 3:8
ONGAKWENZA
Cela ingane yakho ikhombe:
Indlu Itafula UKhwezi
Ilanga Inyoni Isihlahla
Khuluma ngomngane ogulayo, yibe usuxoxa nengane yakho ngokuthi yini eningayenza ukuze nimkhuthaze.