Uhlu Lokuphakathi
April 15, 2013
© 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
UMAGAZINI OFUNDWAYO
JUNE 3-9, 2013
Zuza Ngokugcwele Ekufundeni IBhayibheli
IKHASI 7 • IZINGOMA: 114, 113
JUNE 10-16, 2013
Zisize Wena Nabanye Ngokusebenzisa IZwi LikaNkulunkulu
IKHASI 12 • IZINGOMA: 37, 92
JUNE 17-23, 2013
‘Qinisekani Ngezinto Ezibaluleke Kakhulu’
IKHASI 22 • IZINGOMA: 70, 98
JUNE 24-30, 2013
IKHASI 27 • IZINGOMA: 129, 63
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Zuza Ngokugcwele Ekufundeni IBhayibheli
▪ Zisize Wena Nabanye Ngokusebenzisa IZwi LikaNkulunkulu
UPawulu wabhala ukuthi “izwi likaNkulunkulu liyaphila, linamandla.” (Heb. 4:12) Kodwa lawo mandla alo ayosizuzisa kuphela uma silitadisha iZwi likaNkulunkulu eliphefumulelwe futhi sizisebenzisa izimfundiso zalo. Lezi zihloko ziqokomisa indlela ephumelelayo yokutadisha iBhayibheli futhi zibonise indlela esingavumela ngayo ukuhlakanipha kukaNkulunkulu ukuba kuthonye inkonzo nokuphila kwethu siqu.
▪ ‘Qinisekani Ngezinto Ezibaluleke Kakhulu’
▪ ‘Ungakhathali’
Sinelungelo lokuba ingxenye yenhlangano kaNkulunkulu yendawo yonke emangalisayo. Nokho, singabambisana kanjani ngokugcwele nalokho ekufezayo namuhla? Yini eyosisiza ukuba sihambisane nenhlangano kaJehova futhi singakhathali? Lezi zihloko zizochaza.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 Bazinikela Ngokuzithandela—EMexico
17 Iminyaka Engu-50 Sisenkonzweni Yesikhathi Esigcwele Eduze Ne-Arctic Circle
ISEMBOZO: Emabandleni amaningi, abazalwane bahlangana ngo-7:30 ekuseni, noma ngaphambili kunalokhu ukuze bayoshumayela. Basebenzisa wonke amathuba okufakaza kubantu emgwaqweni
ENEPAL
INANI LABANTU
26 620 809
ABAMEMEZELI
1 667
IZIFUNDO ZEBHAYIBHELI
3 265