Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2013
© 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania.
UMAGAZINI OFUNDWAYO
FEBRUARY 3-9, 2014
Gwema ‘Ukunyakaziswa Masinyane Engqondweni Yakho’!
IKHASI 6 • IZINGOMA: 65, 59
FEBRUARY 10-16, 2014
Ingabe Uyozidela Ngenxa YoMbuso?
IKHASI 11 • IZINGOMA: 40, 75
FEBRUARY 17-23, 2014
‘Lokhu Kumelwe Kube Isikhumbuzo Kini’
IKHASI 17 • IZINGOMA: 109, 18
FEBRUARY 24, 2014–MARCH 2, 2014
‘Yenzani Lokhu Ukuze Ningikhumbule’
IKHASI 22 • IZINGOMA: 99, 8
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ Gwema ‘Ukunyakaziswa Masinyane Engqondweni Yakho’!
Yeka ukuthi kubaluleke kangakanani ukungavumi ukukhohliswa bese siyamukela njengeyiqiniso imibono engabazekayo newukuqagela! Incwadi yokuQala neyeSibili yabaseThesalonika zisiphathele izixwayiso ezifike ngesikhathi.
▪ Ingabe Uyozidela Ngenxa YoMbuso?
Kudingeka ukuzidela okukhulu ukuze kuthuthukiswe izithakazelo zoMbuso. Kulesi sihloko sizobona ukuthi iziphi izifundo esizithola emihlatshelweni eyayenziwa kwa-Israyeli wasendulo. Sizoxoxa nangezibonelo zabaningi namuhla abazidelayo ukuze basekele uMbuso.
▪ ‘Lokhu Kumelwe Kube Isikhumbuzo Kini’
▪ ‘Yenzani Lokhu Ukuze Ningikhumbule’
Ngesikhathi esithi asifane onyakeni, amaJuda agubha iPhasika futhi amaKristu eqiniso enza iSikhumbuzo sokufa kukaJesu. Kungani kufanele sibe nolwazi ngePhasika? Sazi kanjani ukuthi kufanele sibe nini iSidlo SeNkosi Sakusihlwa, futhi kufanele sisho ukuthini kithi sonke?
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 UJehova Wabavikela Ezithunzini Zezintaba
ISEMBOZO: Akuve kuyinselele ukuthola izindlela zokufinyelela abantu abahlala emizini egqagqene kula magquma anamadwala, amanye awo anezinguzunga zamadwala phezulu. Kodwa abafowethu bayakwenza okhahlamba lwaseMatobo, eMatabeleland, eZimbabwe
EZIMBABWE
INANI LABANTU:
12 759 565
ABAMEMEZELI:
40 034
IZIFUNDO ZEBHAYIBHELI:
90 894
Abantu baseZimbabwe bayakujabulela ukufunda izincwadi zethu. Ngokwesilinganiso uFakazi ngamunye uhambisa omagazini abangu-16 ngenyanga