Uhlu Lokuphakathi
June 15, 2014
© 2014 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
AUGUST 4-10, 2014
“Kumelwe Uthande UJehova UNkulunkulu Wakho”
KHASI 12 • IZINGOMA: 3, 65
AUGUST 11-17, 2014
“Kumelwe Uthande Umakhelwane Wakho Njengoba Uzithanda Wena”
IKHASI 17 • IZINGOMA: 84, 72
AUGUST 18-24, 2014
Ingabe Ubheka Ubuthakathaka Bobuntu Ngendlela UJehova Abubheka Ngayo?
IKHASI 23 • IZINGOMA: 77, 79
AUGUST 25-31, 2014
Siza Abanye Bawasebenzise Ngokugcwele Amakhono Abo
IKHASI 28 • IZINGOMA: 42, 124
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ “Kumelwe Uthande UJehova UNkulunkulu Wakho”
▪ “Kumelwe Uthande Umakhelwane Wakho Njengoba Uzithanda Wena”
Lezi zihloko zidingida imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke eMthethweni eyabalulwa uJesu Kristu. Funda uzwe ukuthi uJesu wayesho ukuthini lapho ethi kufanele sithande uJehova ngayo yonke inhliziyo yethu, umphefumulo nengqondo. Thola lokho esingakwenza ukuze sibonise ukuthi sithanda umakhelwane wethu ngendlela esizithanda ngayo.
▪ Ingabe Ubheka Ubuthakathaka Bobuntu Ngendlela UJehova Abubheka Ngayo?
▪ Siza Abanye Bawasebenzise Ngokugcwele Amakhono Abo
Singabasiza kanjani labo abahlushwa imizwa yokuzizwa bebuthakathaka? Lesi esinye sezici okuxoxwa ngaso kulezi zihloko. Zikhuluma nangendlela esingasiza ngayo abazalwane abasebasha noma abasanda kubhapathizwa ukuba bawasebenzise ngokugcwele amakhono abo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
3 “Hlelemba Indlela Yonyawo Lwakho” Ukuze Uthuthuke
ISEMBOZO: Izindaba ezinhle zifinyelela abadobi abakhuluma isiMbukushu abakhe ezindaweni ezigudla uMfula i-Okavango
EBOTSWANA
INANI LABANTU
2 021 000
ABAMEMEZELI
2 096
AMABANDLA
47
ABABEKHONA ESIKHUMBUZWENI NGO-2013
5 735