Uhlu Lokuphakathi
December 15, 2014
© 2014 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
FEBRUARY 2-8, 2015
‘Lalela Futhi Uqonde Incazelo’
IKHASI 6 • IZINGOMA: 92, 120
FEBRUARY 9-15, 2015
Ingabe ‘Uyakuqonda Okushiwoyo’?
IKHASI 11 • IZINGOMA: 97, 96
FEBRUARY 16-22, 2015
Ukubhekana Nokuphela Kwaleli Zwe Elidala Sindawonye
IKHASI 22 • IZINGOMA: 107, 29
FEBRUARY 23, 2015–MARCH 1, 2015
Uyakwazisa Yini Lokho Okutholile?
IKHASI 27 • IZINGOMA: 89, 135
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ ‘Lalela Futhi Uqonde Incazelo’
▪ Ingabe ‘Uyakuqonda Okushiwoyo’?
Singaqiniseka kanjani ukuthi siyayiqonda incazelo yemifanekiso kaJesu? Lezi zihloko ezimbili zizosibonisa indlela yokuhlaziya imifanekiso engu-7 uJesu ayisebenzisa. Zizosisiza sibone nendlela esingazisebenzisa ngayo enkonzweni yethu yobuKristu izifundo esizithola kule mifanekiso.
▪ Ukubhekana Nokuphela Kwaleli Zwe Elidala Sindawonye
▪ Uyakwazisa Yini Lokho Okutholile?
Ezweni eligcwele intsha enobugovu, kungani intsha engamaKristu kufanele ifune ukuba nobunye nabantu bakaNkulunkulu? Lezi zihloko zizodingida izibonelo ezinhle nezimbi, zikhulume ngezindaba ezizosiza abasha nabadala ukuze bakhethe ngokuhlakanipha.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
4 UJehova Uwubusisa Ngokucebile Umoya Ovumayo
ISEMBOZO: Abanye babantu abeza ukuzobona ubuhle beTamarindo Beach esoGwini Lolwandlekazi iPacific eCosta Rica bayakujabulela ukuzwa ukuthi, ekugcineni, wonke umhlaba uzoba ipharadesi esizolinakekela futhi silijabulele
ECOSTA RICA
ABAMEMEZELI
29 185
AMAPHAYONA
2 858
Igama likaNkulunkulu elithi Jehova,
Jéoba
ngolimi lwesiBribri
Jehová
ngolimi lwesiCabecar
Kunamabandla amabili namaqembu amabili asebenzisa ulimi lwesiBribri, futhi kunamabandla amathathu namaqembu amane asebenzisa ulimi lwesiCabecar. Zombili ziyizilimi zomdabu zaseMelika