Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • wp16 No. 6 k. 16
  • Lithini IBhayibheli?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lithini IBhayibheli?
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe uNkulunkulu uphendula yonke imithandazo?
  • Ingabe kufanele sime ngendlela ethile lapho sithandaza?
  • Umthandazo Uyilungelo Elikhethekile
    Lingasifundisani IBhayibheli?
  • Sondela KuNkulunkulu Ngomthandazo
    Lifundisani Ngempela IBhayibheli?
  • Ingabe UNkulunkulu Uzoyiphendula Imithandazo Yami?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Ukusondela KuNkulunkulu Ngomthandazo
    Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2016
wp16 No. 6 k. 16
Owesifazane uyathandaza

Lithini Ibhayibheli?

Ingabe uNkulunkulu uphendula yonke imithandazo?

UBUNGATHI EYOBANI IMITHANDAZO AYIPHENDULAYO?

  • Eyawo wonke umuntu

  • Eyabantu abathile

  • Ayikho

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

“UJehova useduze nabo bonke . . . abambiza ngeqiniso.”—IHubo 145:18.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • UNkulunkulu akayilaleli imithandazo yalabo abamvukelayo. (Isaya 1:15) Nokho, ‘bangazilungisa izindaba’ naye ngokushintsha izindlela zabo.—Isaya 1:18.

  • Ukuze uNkulunkulu aphendule umthandazo, kumelwe uhambisane nezimfuneko zakhe eziseBhayibhelini.—1 Johane 5:14.

Ingabe kufanele sime ngendlela ethile lapho sithandaza?

ABANYE ABANTU BAKHOLELWA ukuthi njalo lapho bethandaza kumelwe baguqe, bagobise amakhanda noma bahlanganise izandla. Wena ucabangani?

OKUSHIWO IBHAYIBHELI

UNkulunkulu wayamukela imithandazo yalabo ‘ababehleli phansi,’ ababemile, ‘ababewe ngobuso’ noma ‘ababeguqe ngamadolo.’ (1 IziKronike 17:16; 2 IziKronike 30:27; Ezra 10:1; IzEnzo 9:40) Akukho ndlela ethile ekhethekile afuna sime ngayo lapho sithandaza.

YINI ENYE ESINGAYIFUNDA EBHAYIBHELINI?

  • UNkulunkulu uyabalalela labo abathobekile. —IHubo 138:6.

  • Ungathandaza nganoma yiluphi ulimi ngisho nangenhliziyo.—2 IziKronike 6:32, 33; Nehemiya 2:1-6.

Ukuze uthole okwengeziwe, bheka isahluko 17 sale ncwadi ethi Lifundisani Ngempela IBhayibheli?, enyatheliswa oFakazi BakaJehova

Iyatholakala naku-www.pr2711.com/zu

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela