Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/93 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1993
km 3/93 k. 7

IZaziso

◼ Incwadi ehanjiswa ngo-March: IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! ngomnikelo ka-R8,00 noma ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo ngomnikelo ka-R4,00. Ngo-April no-May: Isikhokhelo se-Nqabayokulinda ngomnikelo ka-R17,00 ngomagazini abaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga nesikhokhelo sezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga zingu-R8,50. Ngo-June: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila ngomnikelo ka-R8,00.

◼ Umbonisi owengamele noma othile owabelwe nguye kumelwe abale izimali zebandla ngo-March 1 noma ngokushesha ngemva kwalokho. Yenza isaziso ebandleni lapho lokhu sekwenziwe.

◼ Incwadi evela eNhlanganweni yomhla ka-February 20, 1992, futhi eyayiya kuwo wonke amabandla yamemezela iSikhwama Semihlangano ka-1993 sokusiza izithunywa zevangeli ukuba zivakashele emazweni akubo futhi zibe khona komunye wemihlangano yesigodi yalonyaka. U-March uzoba inyanga yokugcina yokuthumela iminikelo eNhlanganweni kuleSikhwama Semihlangano ka-1993. Ukusekela kwenu kokupha lelilungiselelo kwaziswa kakhulu.

◼ Kusukela kumagazini ka-April 1, 1993, INqabayokulinda ngesiVenda iyoba umagazini ophuma kabili ngenyanga. Khona-ke isikhokhelo sonyaka singu-R17,00.

◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:

NgesiBhunu: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20; ibandla, iningi, namaphayona: amasenti amabili); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiHerero: Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiKwangali: Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiKwanyama: Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21). NgesiNgisi: Jehovah’s Witnesses—What Do They Believe? (Ipheshana No. 18; lamaJuda); Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22); Will There Ever Be a World Without War? (Lena yincwajana engangomagazini enamakhasi angu-32 elungiselelwe insimu yamaJuda. Ibandla neningi: amasenti angu-80; amaphayona: amasenti angu-40). NgesiPutukezi: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgeSipedi: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiSuthu: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiTsonga: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiTswana: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiVenda: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiXhosa: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22). NgesiZulu: Induduzo Ngabacindezelekile (Ipheshana No. 20); Jabulela Ukuphila Komkhaya (Ipheshana No. 21); Ubani Ngempela Obusa Izwe? (Ipheshana No. 22).

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela