IZindaba Ezingokwasezulwini
E-Italy: Ngo-May kwaba nenani eliphakeme elisha labamemezeli abangu-205-128. Lokhu kwakuwukwanda ngo-1 499 ngaphezu kwenani eliphakeme labamemezeli langenyanga eyandulelayo.
ENingizimu Afrika: Siyajabula ukunazisa ngokunikezelwa kwamaHholo OMbuso amasha ayisihlanu. Awalamabandla alandelayo, eHammarsdale (enyakatho esentshonalanga neTheku), eNtembisweni (eduze naseGreytown), eMbabane (eSwazini), eTulbach, naseRoodekrans (ngaphesheya nje komgwaqo uma usuka eBethel).