Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/98 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 1/98 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

ENingizimu Afrika: Isimiso sokwakhiwa kwamaHholo OMbuso siqale kahle ngalo nyaka wenkonzo ka-1998. Ezinyangeni ezimbili zokuqala, kunikezelwe amaHholo OMbuso ayisithupha: iBapong (eBrits), i-Edendale East (eMgungundlovu), iGopane (eZeerust), Inadi (eGreytown), iMataleng (eBarkly West) neMolepolole (eBotswana). Kwenziwa amalungiselelo okuba kunikezelwe amanye amahholo angu-12.

INhlangano ithanda ukunitusa ngokunikela kwenu kokuphana kwazinyanga zonke eSikhwameni Sokwakhiwa KwamaHholo OMbuso. Lokhu kuye kwenza ukuba lesi sikhwama sikhule kakhulu. EmaHholweni OMbuso angu-31 anikezelwe kusukela ngo-July 1996, iBrooklyn isize ngemali yokubolekwa yamabili kuphela; yonke enye imali yokubolekwa ihlanganiswe ngeminikelo yenu. Njengoba kusenesidingo esikhulu samaHholo OMbuso, ikakhulukazi ezindaweni ezisemaphandleni, sinikhuthaza ukuba niqhubeke ninikela kulesi sikhwama.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela