ISimiso Sesonto Lika-January 31
ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 31
INgoma 99 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cf isahl. 17 ¶1-9 (25 imiz)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Nehemiya 1-4 (10 imiz)
No. 1: Nehemiya 2:11-20 (4 imiz noma ngaphansi)
No. 2: Ingabe UJohane 1:1 Ufakazela Ukuthi UJesu UnguNkulunkulu?—rs k. 251 ¶5—k. 252 ¶1 (5 imiz)
No. 3: Izindlela Esiwalalela Ngazo Amazwi KaJesu AkuMathewu 22:21 (5 imiz)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
20 imiz: “Usizo Lwemikhaya.”—Ingxenye 2. (Isigaba 7-13) Imibuzo nezimpendulo. Cela izilaleli zisho ukuthi imikhaya yazo izuze kanjani ngokusebenzisa okunye kokusikisela okusekhasini 6.
10 imiz: “Qeqesha Izingane Zakho Ukuba Zibe Yizikhonzi.” Imibuzo nezimpendulo. Cela izilaleli zisho izindlela ezingokoqobo abazali bazo abazisiza ngazo ukuze zizibekele imigomo yenkonzo futhi ziyifinyelele.
INgoma 88 Nomthandazo