ISimiso Sesonto Lika-March 21
ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 21
INgoma 47 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 1 ¶10-15, ishadi ek. 12 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Jobe 6-10 (10 imiz.)
No. 1: Jobe 8:1-22 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Ingabe Ukukholelwa KuJesu Ikhona Kuphela Okufunekayo Ukuze Usindiswe?—rs k. 255 ¶5 (5 imiz.)
No. 3: Singasisebenzisa Kanjani Iseluleko EsikuMathewu 10:16? (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
15 imiz: Sebenzisa IBhayibheli Lapho Uphendula. Ingxoxo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, amakhasi 143-144. Makube nemiboniso emibili yommemezeli obuzwa umbuzo ongase uphakame ensimini yakini. Embonisweni wokuqala, unikeza impendulo enembile kodwa akabhekiseli eBhayibhelini. Embonisweni wesibili, usebenzisa iBhayibheli ukuze anikeze impendulo. Cela izilaleli zisho ukuthi kungani indlela yesibili ingcono.
15 imiz: “Ukuhanjiswa Kwezimemo ZeSikhumbuzo Kuqala Ngo-April 2.” Imibuzo nezimpendulo. Nikeza bonke abamemezeli ikhophi yesimemo seSikhumbuzo bese ubukeza okuphakathi. Chaza izinhlelo ezenziwe zokuhlanganisa insimu yebandla. Makube nomboniso wendlela isimemo esingahanjiswa ngayo.
INgoma 109 Nomthandazo