ISimiso Sesonto Lika-July 18
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 18
INgoma 98 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 6 ¶17-24, nebhokisi ek. 48 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: AmaHubo 74-78 (10 imiz.)
No. 1: IHubo 77:1-20 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Izindlela Esingamelana Ngazo NoDeveli—Jak. 4:7 (5 imiz.)
No. 3: UMbuso KaNkulunkulu Uyongcwelisa Igama LikaJehova—rs k. 357 ¶6–k. 358 ¶2 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
15 imiz: Yini Esiyifundayo? Ingxoxo. Fundani futhi nixoxe ngoJohane 4:3-24. Cabangelani indlela esingamlingisa ngayo uJesu enkonzweni yethu. Makube nomboniso wommemezeli oshumayela ngokwethukela esimweni esibonakala singokoqobo.
15 imiz: “Ingabe Izingane Zakho Zimi Ngomumo?” Imibuzo nezimpendulo. Cela abazali nentsha basho ezinye zezinselele amaKristu abhekana nazo ngokuqondile esikoleni. Ngemva kokuxoxa ngesigaba 3, makube nomboniso wokulungiselela nengane lapho ubaba edlala indima kathisha futhi ingane ichaza ukuthi kungani ingeke ihlanganyele emsebenzini wekilasi ongafaneleki kumaKristu.
INgoma 91 Nomthandazo