ISimiso Sesonto Lika-October 20
ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 20
INgoma 109 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 14 ¶16-20, ibhokisi ek. 147 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Duteronomi 7-10 (10 imiz.)
No. 1: Duteronomi 9:15-29 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Okwenza Umuntu Ophelele One—rs k. 156 ¶2–k. 157 ¶3 (5 imiz.)
No. 3: U-Adoniya—Ungazisoli Izinqumo ZikaJehova—w05 7/1 k. 28 ¶5–k. 29 ¶1 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: “Ukuchaza Lokho Esikukholelwayo Ngo-1914.” Ingxoxo. Cela izilaleli ziphawule embuzweni ngamunye.
15 imiz: Ithuluzi Lokusisiza Sichaze Lokho Esikukholelwayo Ngo-1914. Qala ngomboniso wemizuzu engu-7 wommemezeli osebenzisa ishadi elisekhasini 11 le-Nqabayokulinda ka-November 1, 2014 ukuze abonise kafushane umuntu afunda naye iBhayibheli ukuthi isiprofetho esikuDaniyeli isahluko 4 sihlobana kanjani noMbuso kaNkulunkulu. Cela izilaleli zisho ukuthi kungani lo mboniso uye waphumelela. Phetha ngokufunda isAmbulo 12:10, 12 bese ucela izilaleli zisho indlela ukwazi ukuthi uMbuso waqala ukubusa ngo-1914 okusishukumisela ngayo ukuba sishumayele izindaba ezinhle sinomuzwa wokuphuthuma.
INgoma 133 Nomthandazo