Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Febhuwari k. 8
  • Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZINYATHELO OKUFANELE ZICATSHANGELWE
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Izimemo ZeSikhumbuzo Kufanele Zisakazwe Emhlabeni Wonke!
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • UJehova Uyayibusisa Imizamo Yethu Yokuba Khona ESikhumbuzweni
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2023
  • Umkhankaso Wokumemezela ISikhumbuzo Uqala Ngo-March 17
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Febhuwari k. 8

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Memela Wonke Umuntu Osensimini Yenu ESikhumbuzweni!

Uhlelo Oluprintiwe
Isimemo SeSikhumbuzo Sokufa KukaKristu Sika-2016

Phakathi nomkhankaso oqala ngo-February 27, sizomema abaningi ngangokunokwenzeka emphakathini wethu ukuba babe khona lapho sigcina iSikhumbuzo Sokufa KukaKristu. Kufanele futhi sinake abantu ababonise isithakazelo ukuze sisihlakulelele.

IZINYATHELO OKUFANELE ZICATSHANGELWE

NIKEZA ISIGIJIMI

“Sihambisa lesi simemo sesenzakalo esibaluleke kakhulu. Ngo-March 23, izigidi zabantu emhlabeni wonke zizobuthana ukuze zikhumbule ukufa kukaJesu Kristu futhi zilalele inkulumo yeBhayibheli yamahhala echaza indlela ukufa kwakhe okusizuzisa ngayo. Lesi simemo sibonisa isikhathi nendawo umhlangano ozoba kuyo endaweni yakithi. Sicela ube khona uma ungase ukwazi.”

Uma umuntu ebonisa isithakazelo . . . 

  • HAMBISA INQABAYOKULINDA

    Beka isisekelo sempindelo.

  • DLALA I-VIDEO YESIKHUMBUZO

    Beka isisekelo sempindelo.

Lapho usuphindela, ungenza lokhu . . .

  • BONISA I-VIDEO ETHI KUNGANI KUFANELE UTADISHE IBHAYIBHELI?

    Yibe usumnika insiza-kufunda yeBhayibheli.

  • HAMBISA INCWADI ETHI LIFUNDISANI NGEMPELA IBHAYIBHELI?

    Mxoxele okwengeziwe ngeSikhumbuzo, usebenzisa amakhasi 206-208. Yibe usumnika incwadi.

  • HAMBISA INCWAJANA ETHI LALELA UNKULUNKULU UPHILE PHAKADE

    Xoxani ngalokho ukufa kukaKristu okukushoyo, usebenzisa amakhasi 18-19. Yibe usumnika incwajana.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela